Generic selectors
Exact matches only
Search in title
Search in content

Unikiwe – Joyous Celebration ft Siyakha Khithaza

Image By Mood Converter
Spread the love

Lyrics for Unikiwe – Joyous Celebration ft Siyakha Khithaza

Akunasimo esingaphezu kwamandla akho
Akunadinga engaphezu komshado wakho
Akunasifo es’ngena khambi uma kunoJesu
Akunasimo esingaphezu kwamandla akho

Akunasimo esingaphezu kwempilo akho
Akunadinga engaphezu komshado wakho
Akunasifo es’ngena khambi uma kunoJesu ke
Akunasimo esingaphezu kwamandla akho

Unikiwe
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
Unikiwe amandla ke wena
Usungaphezu kwabanqobi

(Yebo, unikiwe, igunya mzalwane)
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
(Yebo unikiwe, amandla)
Unikiwe amandla ke wena
Usungaphezu kwabanqobi

Hayi utshilo
Wathi mangihambe ngalamandl’ enginawo
Waphinde wathi
Ngicele noma yini, uzongenzela
Uzong’nika, uzothithatha, ngokwakho

Yebo, uJehova ushilo mzalwane
Hey’, wathi ng’cela noma yintoni, uyithathe by fire by force
Waphinde washo’uNdikhoyo
Wathi cela noma yinton’, uzokwenzela

(Ngoba wena, unikiwe igunya ke)
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
Unikiwe amandla ke wena
Usungaphezu kwabanqobi

Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
Unikiwe amandla ke wena
Usungaphezu kwabanqobi

Yebo, Sathane ndizokunyathela ngoba uyaxoka
Ndizohamba phezu kofezela
Ngoba uJehova uyaphila
Ndizothath’ imoto yami, ndithathe imali yami
Ndithathe umshado wami
Ndithathe konke okwami
Ndithathe konke okwami
‘Thathe konke okwami
‘Thathe konke okwami
Unikiwe

Unikiwe, (igunya elisha) unikiwe, (amandla amasha) unikiwe
(Su vumel’usathane, adlale nge, nhloko yakho ngob’unikiwe)
Unikiwe, (thata konke) unikiwe,(mbize njalo) unikiwe
Haii maan, thata konk’okwako maan,haii maan yey)
Unikiwe, (igunya elisha) unikiwe, (amandla amasha) unikiwe
(Thata mzalwane, by fire by force, by fire by force)
(By fire by force) Unikiwe, unikiwe, (unikiwe) unikiwe

Hayi sathane kwanele, ndizothat’into zam, yebo
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
Unikiwe amandla ke wena
Ungaphezu kwabanqobi

Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba, ungahamba
Ungathatha, ungahlala
Yebo, unikiwe

Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
(That’imoto yako, imali yako, umshado kwako, konk’okwako, thata, thata)
Unikiwe amandla ke wena
Usungaphezu kwabanqobi

Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
Unikiwe amandla ke wena
Usungaphezu kwabanqobi

Hallelujah hallelujah
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
Unikiwe amandla mzalwane
Loku kuthathe imali yakho
Umshado wakho, konke okwakho
Indlu yakho, konke

Hai maan, yey yey yey
The devil is a liar
The devil is a li-, li-, li-, li-, li-
Devil is a liar
Oh, devil is a liar

Unikiwe igunya ke wen’, wen’
Ungahamba phezu kwabanqobi

Lyrics by Jean Baptistingue


Spread the love

Leave a Reply

Your email address will not be published.

00:00
00:00
Empty Playlist